Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 25:18 - IsiZulu 2020

18 ukuthi wakuhlangabeza endleleni, wakuhlasela kanjani ngasemuva, ebulala bonke ababebuthakathaka bekhathele, betotoba emva kwakho; akazange amesabe uSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 ukuthi wakuhlangabeza endleleni, washaya abasemva kwakho, bonke ababebuthakathaka emva kwakho, lapho usukhathele, uphelile amandla; kamesabanga uJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ukuthi wakuhlangabeza endleleni, washaya ingemuva lakho, bonke ababuthakathaka emva kwakho, lapho usukhathele futhi ukhathele; futhi akazange amesabe uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 25:18
6 Referans Kwoze  

Akukho ukwesaba uNkulunkulu phambi kwamehlo abo.”


Isiphambeko sithi komubi, ekujuleni kwenhliziyo yaso: “Akukho ukwesaba uNkulunkulu phambi kwamehlo akhe.”


Ngomusa neqiniso isiphambeko siyathethelelwa, ngokwesaba uSimakade ububi buyadeda.


Ababusi engibalandelayo babethwesa abantu umthwalo onzima, befuna intela yokudla newayini, ngaphezu kwezinhlamvu ezingama-40 zesiliva abebevele bezikhokha. Ngisho nezinceku zabo zabacindezela abantu, kodwa mina angenzanga kanjalo, ngenxa yokwesaba uNkulunkulu.


Ngase ngithi: “Le nto eniyenzayo yimbi. Beningehambe yini ngokumesaba uNkulunkulu wethu ukuze nigweme ukuhlanjalazwa ngabezizwe, abayizitha zethu na?


Ama-Amaleki aphuma alwa nabakwa-Israyeli eRefidimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite