Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 24:20 - IsiZulu 2020

20 Lapho ugxoba umnqumo wakho, ungabuyeli ugxobe amagatsha ngokwesibili, kepha lokho makube ngokomfokazi, intandane, nomfelokazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Lapho uvuthuza umnqumo wakho, awuyikubukeza amagatsha, kepha akube ngokomfokazi, nokwentandane, nokomfelokazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Nxa uvuthela umnqumo wakho, ungaphindi uvuthulule amagatsha: kuyakuba ngeyomfokazi, nentandane, neyomfelokazi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 24:20
4 Referans Kwoze  

Awuyukuvuna konke esivinini sakho, awuyukubutha amagilebhisi avuthuluke kuso, uyowashiyela abampofu nabafokazi; nginguSimakade uNkulunkulu wakho.


“ ‘Uma nivuna isivuno sezwe lakini, awuyukuvuna konke emagunjini ensimu yakho, noma ucoshe ngisho okuwe phansi ensimini yakho.


“Uma uvuna isivuno sakho ensimini, bese ukhohlwa yisithungu ensimini yakho, ungabuyeli ukuyosilanda, kodwa masibe ngesomfokazi, intandane, nomfelokazi ukuze uSimakade uNkulunkulu wakho akubusise kuyo yonke imisebenzi yezandla zakho.


Uma uvuna okwesivini sakho, awuyukukhothoza futhi, kodwa lokho makube ngokomfokazi, intandane, nomfelokazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite