UDuteronomi 24:19 - IsiZulu 202019 “Uma uvuna isivuno sakho ensimini, bese ukhohlwa yisithungu ensimini yakho, ungabuyeli ukuyosilanda, kodwa masibe ngesomfokazi, intandane, nomfelokazi ukuze uSimakade uNkulunkulu wakho akubusise kuyo yonke imisebenzi yezandla zakho. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 “Nxa uvuna isivuno sakho ensimini, ukhohliwe isithungu ensimini yakho, ungabuyeli ukusilanda, kepha asibe ngesomfokazi, nesentandane, nesomfelokazi ukuba uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wezandla zakho. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202419 Lapho ugawula isivuno sakho ezweni lakini, ukhohlwe isithungu ezweni, ungeke uye ukusilanda; kuyakuba ngeyomfokazi, nentandane, neyomfelokazi, ukuze uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wezandla zakho. Gade chapit la |