Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 23:10 - IsiZulu 2020

10 Uma kukhona phakathi kwenu umuntu ongahlambulukile ngenxa yokumehlele ebusuku, uyophumela ngaphandle kwenkambu, angangeni phakathi kwayo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Uma ekhona phakathi kwenu umuntu ongahlambulukile ngenxa yokumehleleyo ebusuku, uyakuphumela ngaphandle kwekamu, angangeni phakathi kwekamu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uma kukhona phakathi kwenu ongahlambulukile ngenxa yokungcola, ezithinta ebusuku, makaphume ekamu, angangeni ekamu.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 23:10
6 Referans Kwoze  

“ ‘Uma umuntu eshaywa yizibuko, uyakugeza wonke umzimba wakhe ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


“Uma uphuma enkanjini uyokulwa nezitha zakho, ubozigcina, ungakwenzi okubi.


kodwa kusihlwa uyogeza ngamanzi, lapho selishonile ilanga, uyongena enkanjini.


Nize ningazithinti izinto ezimiselwe ukucekelwa phansi, nize ningazinxaneli nithathe zonke izinto ezimiselwe ukubhujiswa bese nenza inkambu ka-Israyeli into yokubhujiswa, nilethe ukuhlupheka phezu kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite