Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:22 - IsiZulu 2020

22 “Uma kutholakala indoda ilele nowesifazane ogane enye indoda, bayobulawa bobabili, indoda ebilele nowesifazane uqobo ukuze kususwe ububi kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “Uma indoda ifunyanwa ilele nowesifazane ogane enye indoda, bayakufa bobabili, indoda ebilele nowesifazane nowesifazane uqobo; kanjalo uyakukhipha ububi kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uma indoda ifunyanwa ilala nowesifazane ogane indoda, bayakufa bobabili, indoda elale nowesifazane, kanye nowesifazane; khona-ke kumelwe ususe ububi kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:22
11 Referans Kwoze  

“ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye, nomuntu ophinga nomfazi kamakhelwane wakhe, labo abaphingileyo bayakubulawa.


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, umbhede mawungangcoliswa, ngokuba uNkulunkulu uyakuzehlulela izifebe nabaphingayo.


Ngiyakukwehlulela ngesehlulelo seziphingikazi nesabachithi begazi, ngehlisele phezu kwakho igazi lolaka nomhawu.


“Nizwile, kwathiwa: ‘Ungaphingi.’


Kepha Mina ngithi kini: yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.


Kanti anazi yini ukuthi ababi abayukulidla ifa lombuso kaNkulunkulu na? Ningayengeki, ngokuba izifebe, abakhonza izithombe, iziphingi, abahlobongayo, abaphangi, abalalanayo benobulili obufanayo,


Owesifazane wakhulelwa, wathumela ukuba kuyobikelwa uDavide, wathi: “Ngikhulelwe.”


Yilabo ofakazi abayoqala ukumkhanda ngamatshe, bese kulandela abantu. Uyobukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite