Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:18 - IsiZulu 2020

18 Amalunga omuzi ayoyithatha indoda, ayijezise,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Amalunga alowo muzi ayakumthatha lowo muntu, amlaye,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amalunga alowo muzi ayakumthatha lowo muntu, amshaye;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:18
5 Referans Kwoze  

Zifunele phakathi kwabo amadoda ahloniphekile, amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekile, akuzondayo ukuthola inzuzo ngokungalungile, uwabeke abe yizinduna zezinkulungwane, zamakhulu, zama-50, nezeshumi.


“Uma abantu belwa, balimaze owesifazane okhulelwe, aphuphunyelwe yisisu, kodwa yena angalimali ndawo, lowo muntu uyohlawuliswa njengoba indoda yalowo wesifazane inqumile ukuba ahlawule, ngokwesinqumo sabehluleli.


“Nganitshela ngaleso sikhathi, ngathi: ‘Anginakunithwala ngedwa.


useyisola ngezinto eziyihlazo, uthi: “Angiyitholanga indodakazi yenu iyintombi,” ngakho nabu ubufakazi bokuthi indodakazi yami ibiyintombi.’ Bayokwendlala ingubo phambi kwamalunga omuzi.


ayihlawulise amashekeli esiliva ayikhulu, awanike uyise wentombi, ngokuba ukhulume kabi ngentombi yakwa-Israyeli. Iyakuba ngumkakhe; akayukuyilahla, zonke izinsuku zokuphila kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite