Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 21:20 - IsiZulu 2020

20 Bathi kumalunga omuzi: ‘Le ndodana yethu inenkani, iyahlupha, ayilaleli izwi lethu; iyisiminzi nesidakwa.’

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 bathi kumalunga omuzi: ‘Le ndodana yethu inenkani, ayizwa, ayilaleli izwi lethu; iyisishingi nesidakwa.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kumelwe bathi emadodeni amadala omuzi wakubo: ‘Le ndodana yethu inenkani futhi idlubulunda, ayifuni ukulalela izwi lethu; uyisiminzi nesidakwa.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 21:20
8 Referans Kwoze  

Iwayini liyisedeleli, uphuzo olunamandla lungumxokozeli; bonke abadiyazeliswa yilo kabahlakaniphile.


Yiyale indodana yakho, khona iyokuphumuza, yebo, iwuthokozise umphefumulo wakho.


Ohlukumeza uyise noxosha unina, uyindodana ehlazisayo nebanga amahloni.


uyise nonina bayoyibamba, bayiyise kumalunga omuzi wakubo nasesangweni lakubo.


Onke amadoda omuzi wakubo ayoyikhanda ngamatshe ize ife, uyobususa kanjalo-ke ububi phakathi kwakho, wonke u-Israyeli uyozwa, esabe.”


Bamthatha u-Absalomu, bamlahla emgodini omkhulu ehlathini, babeka phezu kwakhe inqwaba yamatshe enkulu kakhulu; bonke abakwa-Israyeli, yilowo nalowo, wabalekela ethendeni lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite