Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 21:16 - IsiZulu 2020

16 kuyothi mhla ehlukanisela amadodana akhe ifa analo, ngeke akwazi ukwenza indodana yentandokazi ibe yizibulo phezu kwendodana yesaliwakazi, okuyiyona eyizibulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 kuyakuthi mhla ewahlukanisela amadodana akhe ifa analo, makangayenzi indodana yentandokazi izibulo phambi kwendodana yesaliwakazi okuyiyona eyizibulo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Khona-ke kuyakuthi uma ivumela amadodana ayo ukuba abe ifa lokho anakho, angayenzi indodana yothandiweyo wakhe izibulo phambi kwendodana yozondwayo, eyizibulo ngempela;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 21:16
10 Referans Kwoze  

UHosa owayengomunye wobozalo lukaMerari wayenamadodana: uShimiri wayeyinhloko nakuba engesilo izibulo, nguyise owambeka waba yinhloko.


Noma uJuda wayenamandla kunabafowabo, kwavela kuye umbusi, ubuzibulo nokho babungobukaJosefa.


Elokugcina, bazalwane, konke okuyiqiniso, konke okuhloniphekayo, konke okulungileyo, konke okumhlophe, konke okuthandekayo, konke okutusekayo, uma kukhona okuhle, noma okubongekayo, zindlani ngakho.


Ngokuba labo ayebazi phambilini, wabamisa kwaphambilini ukuba bafane nesimo seNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo kubazalwane abaningi;


Uyise uJehoshafathi wayebaphe izipho ezinkulu zesiliva, zegolide, nezinto ezinhle kakhulu nemizi ebiyelweyo kwaJuda, kodwa umbuso wawunika uJehoramu ngoba wayeyizibulo.


UJakobe wathi: “Ngithengisele kuqala ilungelo lobuzibulo bakho.”


“Uma indoda inabafazi ababili, omunye eyintandokazi, omunye eyisaliwakazi, bayizalele amadodana, bese kuthi indodana eyizibulo ibe ngeyalowo oyisaliwakazi,


Kodwa uyokuvuma obala ukuthi indodana yesaliwakazi yiyo eyizibulo ngokuyinika isabelo esiphindiweyo sakho konke anakho, ngokuba yiyona engukuqala kwamandla akhe; ilungelo lobuzibulo lingelayo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite