Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 21:11 - IsiZulu 2020

11 Uma ubona phakathi kwabathunjwa besifazane owesifazane omuhle, ohunga inhliziyo yakho, ufune ukumthatha abe ngumkakho,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ubone phakathi kwabathunjwa owesifazane omuhle onamathela kuye, uthanda ukumthatha abe ngumkakho,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Futhi ubone phakathi kweziboshwa owesifazane omuhle, futhi umfise, ukuthi umfunele umkakho;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 21:11
12 Referans Kwoze  

Ubuhle buyinkohliso, nokubukeka kuyize, kepha owesifazane owesaba uSimakade uyakudunyiswa.


Ngubani ongathola umfazi woqobo na? Uyigugu eledlula inani lamarubhi.


Ungabukhanuki ubuhle bakhe enhliziyweni yakho, angakubambi ngezinkophe zakhe.


Kodwa wonke amantombazane angakayazi indoda, zigcineleni wona ephila.


UHamori wathi kubo: “Indodana yami uShekhemu iyayithanda indodakazi yenu. Mganiseleni yona ibe ngumkakhe.


Wayethathekile nguDina, indodakazi kaJakobe, futhi emthanda, wakhuluma naye wathulula inhliziyo yakhe kuye.


amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, aziqokela abafazi phakathi kwawo.


“Kuyothi lapho uphuma uya empini, uSimakade uNkulunkulu wakho azinikele izitha zakho ezandleni zakho, uzithathe, uzithumbe.


uyomyisa ekhaya lakho; uyakuphuca ikhanda lakhe, anqume izinzipho zakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite