Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 20:2 - IsiZulu 2020

2 Kuyothi lapho nisondela empini, umphristi afike akhulume kubantu,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kuyakuthi lapho nisondela empini, afike umpristi, akhulume kubantu, athi kubo:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lapho nisondela ekulweni, umpristi makasondele, akhulume kubantu:

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 20:2
9 Referans Kwoze  

Bhekani, uNkulunkulu unathi, uyasihola, nabaphristi bakhe baphethe amacilongo empi ukuze bahlabe umkhosi ngenxa yenu. Bantu bakwa-Israyeli, ningalwi noSimakade uNkulunkulu wokhokho benu, ngokuba aniyukuphumelela.”


UMose wawathumela empini, inkulungwane ivela kuleso naleso sizwana kanye noFinehasi, indodana ka-Eleyazare, umphristi, ephethe ngesandla izitsha zendawo engcwele namacilongo okuhlaba umkhosi.


USawule wathi ku-Ahiya: “Letha umphongolo kaNkulunkulu.” Ngokuba umphongolo kaNkulunkulu ngaleso sikhathi wawukwabakwa-Israyeli.


“Nxa uphuma uyokulwa nezitha zakho, bese ubona amahhashi, izinqola, nabantu abaningi kunawe, ungabesabi, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho unawe, Yena owakukhuphula eGibhithe.


athi kubo: ‘Yizwa, Israyeli! Namuhla nisondela empini ukuhlasela izitha zenu; inhliziyo yenu mayingadangali, ningesabi, ningaqhaqhazeli, ningabi natwetwe phambi kwazo.


UDavide wayesethi kuSawule: “Izinhliziyo zabantu mazingadangaliswa yilowo muntu. Inceku yakho izohamba ilwe nalowo mFilisti.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite