Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:6 - IsiZulu 2020

6 Niyothenga kubo ngesiliva ukudla eniyokudla, namanzi eniyowaphuza, niwakhokhele isiliva.” ’

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Niyakuthenga kubo ukudla ngemali ukuba nidle, nithenge kubo futhi amanzi ngemali ukuba niphuze.” ’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kumelwe nithenge kubo inyama ngemali, ukuze nidle; futhi kumelwe uthenge kubo amanzi ngemali, ukuze uphuze.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:6
7 Referans Kwoze  

Ningaphindisi okubi ngokubi, khuthalelani ukwenza okuhle phambi kwabantu bonke.


Ngakho-ke kukho konke, ngisho nokungakanani enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo, ngokuba lokhu kungumthetho nabaphrofethi.


Abantu bakwa-Israyeli bathi kuye: “Siyakuhamba ngomgwaqo; uma siphuza amanzi akho, mina nemfuyo yami, ngiyakukhokhela imali yawo. Mangidabule nje ngezinyawo zami, kungabi ngokunye.”


ningalwi nabo, ngokuba angiyukuninika izwe labo, ngisho nendawo yamathe onyawo, ngokuba iSeyiri ngalinika u-Esawu ukuba libe yifa lakhe.


“USimakade uNkulunkulu wakho ukubusisile emsebenzini wonke wesandla sakho. Ukwazile ukuhamba kwakho kuleli hlane elikhulu, nakule minyaka engama-40, uSimakade uNkulunkulu wakho ube nawe, aweswelanga lutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite