Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:35 - IsiZulu 2020

35 Sazithathela imfuyo nje yaba yimpango yethu, nalokho esakuphanga emizini esasiyinqobile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 izinkomo kuphela sazithathela zona zaba yimpango yethu kanye nempango yemizi esasiyithathile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Izinkomo kuphela esazithathela zona njengempango, nempango yemizi sayithumba.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:35
6 Referans Kwoze  

U-Israyeli waphanga imfuyo nempahla kuphela, njengokuba uSimakade ayemyalile uJoshuwa.


Kodwa abesifazane, abantwana, izinkomo, nakho konke okusemzini, yonke impango yawo, uyothatha khona kuphela kube ngokwakho, uyakuyidla impango yezitha zakho, uSimakade uNkulunkulu wakho akunike yona.


Sazithathela yonke imfuyo nempango eyayisemizini.


Kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni nasemzini osesigodini kuze kube kwaGileyadi, akubangabikho muzi owasehlulayo ngokuphakama; uSimakade uNkulunkulu wethu wayinikela yonke kithi.


Uyakwenza e-Ayi nasenkosini yakhona lokho okwenzile eJerikho nasenkosini yakhona; impango yalo kuphela nemfuyo yalo eniyakuzithathela khona. Gwacani ngemuva komuzi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite