Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:22 - IsiZulu 2020

22 Njengalokhu enza kwabozalo luka-Esawu ababehlala eSeyiri, ngesikhathi ebhubhisa amaHori phambi kwabo, ewephuca izwe lawo, kwase kuhlala bona endaweni yawo kuze kube yinamuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 njengalokho ebenzela abantwana bakwa-Esawu ababehlala eSeyiri, lapho ewachitha amaHori phambi kwabo, bawaxosha, bahlala esikhundleni sawo kuze kube namuhla;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Njengalokho wenza kubantwana bakwa-Esawu ababehlala eSeyiri, lapho ebhubhisa amaHori phambi kwabo; bawalandela, bahlala ezindaweni zabo kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:22
7 Referans Kwoze  

U-Esawu owayaziwa ngokuthi ngu-Edomi wazinza kwelezintaba eSeyiri.


AmaHori ayehlala lapho eSeyiri kuqala, ephucwa izwe lawo, abhujiswa phambi kwabo ngabozalo luka-Esawu, kwaba yibo abakha endaweni yawo, njengoba no-Israyeli enza ezweni eliyifa lakhe, aliphiwa nguSimakade.


namaHori asezintabeni eSeyiri, bawanqoba, bawaxosha aze afika e-Eli Pharani ehlane.


ningalwi nabo, ngokuba angiyukuninika izwe labo, ngisho nendawo yamathe onyawo, ngokuba iSeyiri ngalinika u-Esawu ukuba libe yifa lakhe.


abantu abakhulu, abaningi, nabade njengama-Anaki. USimakade wawabhubhisa bebuka, wawaphuca izwe lawo, kwase kwakha abakwa-Amoni endaweni yawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite