Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:12 - IsiZulu 2020

12 AmaHori ayehlala lapho eSeyiri kuqala, ephucwa izwe lawo, abhujiswa phambi kwabo ngabozalo luka-Esawu, kwaba yibo abakha endaweni yawo, njengoba no-Israyeli enza ezweni eliyifa lakhe, aliphiwa nguSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 AmaHori nawo ayehlala eSeyiri kuqala, kepha abantwana bakwa-Esawu bawaxosha, bawachitha phambi kwabo, bakha esikhundleni sawo njengalokho u-Israyeli enza kulo izwe elaliyifa lakhe, aphiwe lona nguJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 AmaHori ahlala eSeyiri kuqala; kepha abantwana bakwa-Esawu babalandela, babachitha phambi kwabo, bahamba bahlala endaweni yabo; njengalokho u-Israyeli enza ezweni lefa lakhe uJehova abanika lona.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:12
8 Referans Kwoze  

Njengalokhu enza kwabozalo luka-Esawu ababehlala eSeyiri, ngesikhathi ebhubhisa amaHori phambi kwabo, ewephuca izwe lawo, kwase kuhlala bona endaweni yawo kuze kube yinamuhla.


namaHori asezintabeni eSeyiri, bawanqoba, bawaxosha aze afika e-Eli Pharani ehlane.


“USihoni waphuma, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuzobhekana nathi, alwe nathi eJahazi.


“Manje sukani, niwele umfula iZeredi.” Sabe sesiwuwela umfula iZeredi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite