Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 19:2 - IsiZulu 2020

2 Uyozehlukanisela imizi emithathu phakathi nezwe lakho uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 uyakuzahlukanisela imizi emithathu phakathi kwezwe lakho akunika lona uJehova uNkulunkulu wakho ukuba ulidle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kumelwe uzibekele eceleni imizi emithathu ezweni lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 19:2
7 Referans Kwoze  

Kepha uma kube yingozi engakusophile, kunguNkulunkulu omnikele esandleni sakhe, ngiyakummisela indawo lapho eyobalekela khona.


ukuze ngezinto ezimbili ezingenakuguquleka, okungelula ukuba uNkulunkulu angaqamba amanga ngazo: thina esigijimile ukuyobamba ithemba esilimiselweyo, sifumane ukugqugquzeleka okukhulu.


Uyolungisa indlela, wehlukanise kathathu izifunda zezwe lakini uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba libe yifa, ukuze bonke ababulali babalekele lapho.


“Ngaleso sikhathi nganiyala ngathi: ‘USimakade uNkulunkulu wenu uninikile leli lizwe ukuba nilidle; niyakuwelisa phambi kwabafowenu bakwa-Israyeli wonke amadoda anesibindi ehlomile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite