Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 19:11 - IsiZulu 2020

11 “Kepha uma umuntu ezonda umakhelwane wakhe, amlalele unyendle, amvukele, amshaye ambulale, abalekele komunye wale mizi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Kepha uma umuntu emzonda umakhelwane wakhe, emqamekela, amvukele, amshaye aze afe, abalekele komunye wale mizi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kepha uma umuntu ezonda umakhelwane wakhe, amcathamele, amvukele, amshaye aze afe, aze afe, abalekele komunye wale mizi;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 19:11
9 Referans Kwoze  

“ ‘Makaqalekiswe obulalela umakhelwane wakhe esithe.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


Umuntu osindwa yigazi lomunye, uyakubaleka kuze kube segodini; makangasizwa muntu.


inhlangano iyokwehlulela phakathi koshayileyo nomphindiseli wegazi, ilandela lezi zehlulelo.


“Ochitha igazi lomuntu, nelakhe liyochithwa ngumuntu, ngokuba umuntu wadalwa nguNkulunkulu, wamenza wafana naye.


Umuntu ozonda umzalwane wakhe ungumbulali. Niyazi-ke ukuthi akukho mbulali onokuphila okuphakade.


amalunga akulowo muzi ayothumela, alandwe lapho, amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba abulawe.


Maqondana negazi lenu okukulo ukuphila, ngiyakuliphindiselela kuzo zonke izilwane ngisho noma nibulalane nodwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite