Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 18:7 - IsiZulu 2020

7 uyokhonza egameni likaSimakade uNkulunkulu wakhe njengabo bonke abafowabo, abaLevi, abama lapho phambi kukaSimakade, bemkhonza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 uyakukhonza egameni likaJehova uNkulunkulu wakhe njengokwenza kwabo bonke abafowabo amaLevi emiyo khona phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Khona-ke kumelwe akhonze egameni likaJehova uNkulunkulu wakhe, njengabo bonke abafowabo, amaLevi, abami lapho phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 18:7
4 Referans Kwoze  

“Uma umLevi eshiya noma yimuphi wemizi yenu yonke yakwa-Israyeli, lapho kade ehlala khona, aye endaweni ayakuyikhetha uSimakade,


Uyodla isabelo esilingana nesabanye, ngisho noma ebethole okuthile ngokuthengisa ngefa likayise.”


Bayakugcina umsebenzi wethende lokuhlangana, nezimfanelo zendawo engcwele, nezimfanelo zabozalo luka-Aroni, abafowabo, ekukhonzeni endlini kaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite