Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 18:17 - IsiZulu 2020

17 “USimakade wayesethi kimi: ‘Benze kahle ngalokho abakukhulumile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “UJehova wayesethi kimi: ‘Basho kahle lokho abakukhulumile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UJehova wathi kimi: “Bakhulume kahle abakukhulumile.”

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 18:17
6 Referans Kwoze  

“USimakade wawezwa amazwi enawakhuluma kimi; uSimakade wayesethi kimi: ‘Ngiwezwile amazwi alaba bantu, abawakhulume kuwe; basho kahle konke abakukhulumile.


Ngizobavusela umphrofethi onjengawe phakathi kwabafowabo, ngibeke amazwi ami emlonyeni wakhe, uyobatshela konke engimyala ngakho.


Pho siyakufelani na? Leli kloba liyakusiqeda. Uma sibuye salizwa izwi likaSimakade uNkulunkulu wethu, siyokufa,


INkosi uSimakade inginikile ulimi lwabafundi ukuze ngikwazi ukuqinisa okhatheleyo ngezwi; njalo ekuseni ivusa indlebe yami, ukuba ngilalele njengofundiswayo.


INkosi uSimakade iyivulile indlebe yami, mina angihlubukanga, angihlehlanga nyovane.


USimakade wayeselula isandla sakhe, wathinta umlomo wami; uSimakade wathi kimi: “Ngibekile amazwi ami emlonyeni wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite