Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 18:14 - IsiZulu 2020

14 “Lezo zizwe oyoziphuca izwe lazo ziyabalalela abahlola imihlola nezangoma, kodwa wena uSimakade uNkulunkulu wakho akakuvumelanga ukwenza kanjalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “Ngokuba lezi zizwe oyakuzidla ziyabalalela abahlola imihlola nabanamadlozi; kepha wena uJehova uNkulunkulu wakho akakuvumelanga ukwenza kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngoba lezi zizwe eniyozidla zilalele abahlola izikhathi nabahlola imihlola; kepha nina, uJehova uNkulunkulu wenu akanivumelanga ukuba nenze kanjalo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 18:14
9 Referans Kwoze  

othe ezizukulwaneni ezidlulileyo, waziyeka izizwe zonke ukuba zihambe ngezindlela zazo.


Makungafunyanwa muntu phakathi kwenu onikela ngendodana yakhe noma ngendodakazi yakhe ngokuyidabulisa emlilweni, noma umbhuli, ohlola imihlola, owenza imilingo, noma umlumbi,


UNkulunkulu waqhubeka ephusheni, wathi kuye: “Nami impela ngiyakwazi ukuthi lokho okwenzile ukwenze ngenhliziyo emsulwa. Yingakho ngingakuvumelanga ukuba umthinte, ngakuthiya ukuze ungoni kimi.


Wadabulisa indodana yakhe emlilweni, wahlola imihlola, wabhula, wavumela abanamadlozi nabathakathi. Wenza okubi okuningi phambi kukaSimakade, wachukuluza ulaka lwakhe.


Kepha nina ningabalaleli abaphrofethi benu, ababhuli benu, namaphupho enu, nabahlola imihlola phakathi kwenu, nabalumbi benu abakhuluma kini, bethi: ‘Aniyukuyikhonza inkosi yaseBhabhele,’


UDaniyeli waphendula phambi kwenkosi, wathi: “Imfihlakalo eyibuzayo inkosi, abahlakaniphileyo, nabathwebulayo, nezanusi, nabahlola imihlola, bangeyibonise yona inkosi.


Ngiyakushabalalisa ukulumba okwenza ngezandla zakho, kungabe kusababikho ababhula kuwe.


Ubalahlile abantu bakho, indlu kaJakobe, ngokuba isigcwele imikhuba yasempumalanga; sebengabalumbi njengamaFilisti, bamdibimunye nabantwana babezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite