Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 16:7 - IsiZulu 2020

7 Uyolipheka, ulidle endaweni uSimakade uNkulunkulu wakho ayoyikhetha, bese uphenduka ekuseni ubuyela emathendeni akho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uyakulipheka, ulidle endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha, uphenduke ekuseni, uye ematendeni akho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kumelwe ukusose futhi ukudlele endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayoyikhetha; kumelwe uphenduke ekuseni uye ematendeni akho.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 16:7
10 Referans Kwoze  

Balosa iphasika emlilweni njengokomthetho, neminikelo engcwele bayibilisa emabhodweni, ezisefeni nasemapanini, bashesha bayinika bonke abantu besizwe.


Lase liseduze iPhasika labaJuda, abaningi ababevela emaphandleni bakhuphukela eJerusalema kungakabi yiPhasika ukuze bazihlambulule.


Kwathi uJesu eseJerusalema ngoMkhosi wePhasika, abaningi bakholwa egameni lakhe lapho bebona izibonakaliso azenzayo.


Lase lisondele iPhasika labaJuda, uJesu wenyukela eJerusalema.


Kwathi ngonyaka we-18 wokubusa kwenkosi uJosiya, lagcinwa leli phasika kuSimakade eJerusalema.


kodwa niyokulihlabela endaweni uSimakade uNkulunkulu wenu ayoyiqokela ukuba igama lakhe lihlale kuyo. Niyolihlabela lapho iphasika ekushoneni kwelanga kusihlwa, ngesikhathi owaphuma ngaso eGibhithe.


Uyonikela ngephasika kuSimakade uNkulunkulu wakho ezimvini nasezinkomeni endaweni uSimakade ayoyiqokela ukuba kuhlale kuyo igama lakhe.


Kepha indawo uSimakade uNkulunkulu wenu ayakuyikhetha, kuzo zonke izizwe zenu, ukuba abeke igama lakhe lihlale kuyo, leyo ndawo niyakuyifuna, niye kuyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite