Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 16:12 - IsiZulu 2020

12 Uyokhumbula ukuthi wawuyisigqila eGibhithe, uqaphele ukuba uzilondoloze, futhi uzenze lezi zimiso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wokhumbula ukuthi wawuyisigqila eGibithe, ugcine, uzenze lezi zimiso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kumelwe ukhumbule ukuthi wawuyisigqila eGibhithe; futhi kufanele nigcine futhi nenze lezi zimiso.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 16:12
8 Referans Kwoze  

Uyokhumbula ukuthi wawuyisigqila eGibhithe, uSimakade uNkulunkulu wakho wakuhlenga, ngakho-ke ngiyakuyala ngalokhu namuhla.


Ngakho-ke khumbulani ukuthi nanikade ningabezizwe ngokwenyama, nibizwa ngokuthi ningabangasokile yilabo abaziwa ngokuthi basokile, okwenziwa ngezandla enyameni,


Uyogcina umkhosi kuSimakade uNkulunkulu wakho izinsuku eziyisikhombisa, endaweni uSimakade ayoyikhetha, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho uyokuwubusisa wonke umkhiqizo wakho, nawo wonke umsebenzi wezandla zakho, uthokoze kakhulu.


“Uyogcina uMkhosi Wamadokodo izinsuku eziyisikhombisa, emveni kokubutha okwesibuya sakho nokwesikhamo sakho,


Khumbula ukuthi nawe wawuyisigqila eGibhithe, nokuthi uSimakade uNkulunkulu wakho wakukhipha khona ngesandla esinamandla nangengalo eyeluliweyo; yingakho-ke uSimakade uNkulunkulu wakho wakuyala ukuba ugcine usuku lwesabatha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite