Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 15:8 - IsiZulu 2020

8 Kepha niyomvulela isandla senu, umtsheleke ngokungathi uyamupha okwanele izidingo zakhe nokweswela kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 kepha umvulele nokumvulela isandla sakho, umtsheleke impela okwanele ukudinga kwakhe akuswelayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kodwa kumelwe uvule kakhulu isandla sakho kuye, futhi kumelwe nakanjani umtsheleke lokho akudingayo, ngalokho akufunayo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 15:8
6 Referans Kwoze  

Uma nitsheleka labo enithemba ukwemukela kubo, niyakubongwa ngani na? Ingani nezoni ziyazitsheleka izoni, zibuyelwe okungangalokho ezikubolekisile.


Muphe ocela utho kuwe, ungamlanduleli ofuna ukutsheleka kuwe.


Kuphela sikhumbule abampofu, okuyiyona nto nami ebengilangezelela ukuyenza.


Uphana, atshelekise ekhululekile, nozalo lwakhe luyisibusiso.


Onomusa kompofu wetsheleka uSimakade; uyakuthola umvuzo.


“ ‘Uma umfowenu eba mpofu, bese encika kuwe, uyakumsekela, ahlale nawe njengomfokazi nogogobele kwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite