Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 15:12 - IsiZulu 2020

12 “Uma umfowenu, umHebheru noma umHebherukazi, ezithengisa kini, ukuze anikhonze iminyaka eyisithupha, ngonyaka wesikhombisa niyakumyekela ukuba ahambe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Uma umfowenu, umHeberu noma umHeberukazi, ethengiswa kuwe, akukhonze iminyaka eyisithupha, ngomnyaka wesikhombisa uyakumyekela ukuba ahambe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma umfowenu, umHeberu, noma umHeberukazi, ethengiswa kuwe, akukhonze iminyaka eyisithupha; khona-ke kumelwe umkhulule kuwe ngomnyaka wesikhombisa.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 15:12
7 Referans Kwoze  

‘Kuyakuthi ekupheleni kweminyaka eyisikhombisa, kube yilowo nalowo akhulule umfowabo ongumHebheru, ozithengise kuwe, uyakukusebenzela iminyaka eyisithupha, bese umkhulula ukuba ahambe,’ kepha okhokho benu kabangilalelanga, abakugqizanga qakala lokho.


“Ngasekupheleni kweminyaka eyisikhombisa niyokwenza uyekelelo.


Uyakumyekela ukuba ahambe kodwa awuyukumhambisa elambatha.


“Yilezi izehlulelo ozakuzimisa phambi kwabo:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite