Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 12:15 - IsiZulu 2020

15 “Ningahlaba, nidle inyama phakathi kwayo yonke imizi yenu njengesifiso senhliziyo yenu nanjengesibusiso uSimakade uNkulunkulu wenu aniphe sona phakathi kwamasango enu. Ongcolileyo nohlambulukileyo bayokudla kukho njengalokhu benza kweyensephe neyendluzele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Nokho ungahlaba, udle inyama ngaphakathi kwawo onke amasango akho njengesifiso somphefumulo wakho nanjengesibusiso sikaJehova uNkulunkulu wakho akuphe sona; ongcolileyo nohlambulukileyo bangadla kukho njengokwensephe nokwendluzele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kodwa ungahlaba inyama emasangweni akho wonke, udle konke umphefumulo wakho okufisayo, ngokwesibusiso sikaJehova uNkulunkulu wakho akuphe sona; inhliziyo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 12:15
6 Referans Kwoze  

indluzele, insephe, inyala, impala, impalampala, iwula, negogo.


Uyothenga ngaleyo mali noma yini inhliziyo yakho eyithandayo: izinkabi, izimvu, iwayini, uphuzo olunamandla, noma yini efunwa yinhliziyo yakho, uyodla lapho phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, uthokoze, wena nabendlu yakho;


kodwa niyonikela ngeminikelo yenu yokushiswa endaweni uSimakade ayakuyikhetha kwesinye sezizwana zenu, nikwenze khona konke enginiyala ngakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite