UDuteronomi 12:10 - IsiZulu 202010 Kepha niyowela iJordani, nihlale ezweni uSimakade uNkulunkulu wenu aninika lona, libe yifa lenu. Uyakuninika ukuphumula ezitheni zenu zonke, nxazonke, futhi niyohlala nilondekile. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kepha lapho niwela iJordani, nihlale ezweni uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona libe yifa lenu, aniphumuze ezitheni zenu zonke nxazonke ukuba nihlale nilondekile, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202410 Kodwa uma niwela iJordani, nihlala ezweni uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona njengefa, futhi uma eniphumuza ezitheni zenu zonke nxazonke, ukuze nihlale nilondekile; Gade chapit la |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.