Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 1:45 - IsiZulu 2020

45 Nabuya, nakhala phambi kukaSimakade, kodwa uSimakade akalilalelanga izwi lokukhala kwenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Nabuye nakhala phambi kukaJehova, kepha uJehova akalalelanga izwi lenu, kanizwanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Nabuya nakhala phambi kukaJehova; kepha uJehova akalilalelanga izwi lakho, akakuzwanga.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 1:45
9 Referans Kwoze  

Niyazi ukuthi kamuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, akabe esalithola ithuba lokuphenduka, nakuba esekufunisisa ngezinyembezi.


Lapho ebabulala, bamfuna, babuye bamfunisisa uNkulunkulu.


Wayesebachazela konke okusemibhalweni ngaye, kusukela kuMose nakubaphrofethi bonke.


Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazilaleli izoni, kodwa uma umuntu emesaba uNkulunkulu, enza intando yakhe, uyamlalela lowo.


Liyini ithemba longenankulunkulu nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu ethatha umphefumulo wakhe na?


UNkulunkulu uyakuzwa yini ukukhala kwakhe, lapho ehlelwa wusizi na?


Uma bengiqonde ububi enhliziyweni yami, ibingayukungizwa iNkosi.


Anizinakanga zonke izeluleko zami, anikwemukelanga ukusola kwami.


khona bayakungibiza, kodwa angiyukuphendula; bayakungifunisisa, kodwa ngeke bangifumane,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite