Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 9:10 - IsiZulu 2020

10 asililalelanga izwi likaSimakade uNkulunkulu wethu ukuba sihambe ngemithetho yakhe ayibeka phambi kwethu ngezinceku zakhe abaphrofethi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 asililalelanga izwi likaJehova uNkulunkulu wethu ukuba sihambe ngemithetho yakhe ayibeka phambi kwethu ngezinceku zakhe abaprofethi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Futhi asilalelanga izwi likaJehova uNkulunkulu wethu ukuba sihambe ngemithetho yakhe asinika yona ngenkonzo yezinceku zakhe, abaprofethi.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 9:10
8 Referans Kwoze  

asilalelanga izinceku zakho, abaphrofethi, ezazikhuluma egameni lakho emakhosini ethu, nasezikhulwini zethu, nakokhokho bethu, nakubo bonke abantu bezwe.


ngokuba abalalelanga izwi likaSimakade uNkulunkulu wabo, kepha beqa isivumelwano sakhe; nakho konke ayeyale ngakho uMose, inceku kaSimakade, kabavumanga ukukulalela nokukwenza.


UNkulunkulu wakhuluma emandulo kokhokho ngabaphrofethi, ngezindlela eziningi nangamathuba amaningi.


Bangena balidla, kodwa kabalilalenga izwi lakho, abahambanga ngemithetho yakho, konke owawubayale ngakho ukuba bakwenze abakwenzanga; wabe-ke usuwehlisela kubo yonke inhlekelele.


Uyakuthi kubo: ‘Kungenxa yokuthi okhokho benu bangishiya,’ kusho uSimakade, ‘balandela abanye onkulunkulu, babakhonza, bakhuleka kubo, bangishiya, abawugcinanga umthetho wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite