Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 6:1 - IsiZulu 2020

1 Kwaba kuhle kuDariyu ukuba abeke phezu kombuso izikhulu eziyi-120 zibuse embusweni wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwaba kuhle kuDariyu ukubeka phezu kombuso izikhulu eziyikhulu namashumi amabili ebeziyakuba sembusweni wonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwaba kuhle kuDariyu ukumisa izikhulu eziyikhulu namashumi amabili phezu kombuso, zibe phezu kombuso wonke;

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 6:1
9 Referans Kwoze  

UDariyu umMede wathatha umbuso eneminyaka engama-62.


Lokhu kwenzeka ngesikhathi sokubusa kwenkosi u-Ahasheveroshi; lona ngu-Ahasheveroshi owayebusa izifundazwe eziyi-127, kusukela eNdiya kuye eKhushe.


noma ngabe ngababusi, njengokuba bethunywe yiyo ukuba babajezise abenza okubi, kodwa batuse abenza okuhle,


UNebukhadinezari, inkosi, wathumela, waqoqa izikhulu, ababusi, izinduna, abehluleli, abaphathizikhwama, abomkhandlu, nabameli, nabo bonke abaphathizifunda ukuba beze ekwehlukaniselweni kwesithombe uNebukhadinezari, inkosi, asimisileyo.


Phezu kwazo wabeka omengameli abathathu, uDaniyeli engomunye wabo, ukuba izikhulu zibike kubo, ukuze inkosi ingasweli lutho.


Vivisani izizwe, amakhosi aseMediya, nezinduna zalo, nababusi balo, nezwe lonke abalibusayo.


Ngonyaka wokuqala kaDariyu indodana ka-Ahashiveroshi, wozalo lwamaMede, owabekwa inkosi phezu kombuso wamaKhaledi,


“Mina-ke, ngonyaka wokuqala kaDariyu umMede, ngema ukumqinisa ukuba abe namandla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite