UDaniyeli 5:20 - IsiZulu 202020 Kepha lapho ezikhukhumeza enhliziyweni yakhe, nomoya wakhe uba lukhuni esezidla, wehliswa esihlalweni sakhe sobukhosi, balususa udumo lwakhe kuye; Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Kepha lapho inhliziyo yakhe yaziphakamisa, nomoya wakhe waba lukhuni waze wazidla, wehliswa esihlalweni sakhe sobukhosi, balususa udumo lwakhe kuye; Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202420 Kodwa lapho inhliziyo yakhe izikhukhumezile futhi ingqondo yakhe isilukhuni ngokuzidla, wehliswa esihlalweni sakhe sobukhosi, futhi basusa udumo lwakhe kuye. Gade chapit la |