Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 4:21 - IsiZulu 2020

21 omaqabunga aso ayemahle, nezithelo zaso ziziningi, kukhona kuso ukudla kwabo bonke; izilwane zasendle zahlala phansi kwaso, nezinyoni zezulu zakhela emagatsheni aso:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 omaqabunga awo ayemahle, nezithelo zawo zaziziningi, kukhona ukudla kuwo kubo bonke; ozilwane zasendle zahlala phansi kwawo, nezinyoni zezulu zakha emagatsheni awo:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 amaqabunga awo ayemahle, nezithelo zawo zaziziningi, futhi kwakukhona kuwo ukudla kwabo bonke; okwahlala ngaphansi kwawo izilwane zasendle, nezinyoni zezulu zahlala emagatsheni awo.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 4:21
8 Referans Kwoze  

Zonke izinyoni zezulu zakha izidleke zazo emagatsheni awo, izilwane zonke zasendle zazalela phansi kwamagatsha awo; zonke izizwe ezinkulu zahlala phansi komthunzi wawo.


Ezindaweni zonke lapho abantwana babantu behlezi khona, izilwane zasendle nezinyoni zezulu uzinikele esandleni sakho, wenze ukuba ubuse phezu kwazo zonke. Wena uyikhanda legolide.


Isihlahla sakhula, saqina, ubude baso babufinyelela ezulwini, sibonakala emhlabeni wonke jikelele.


Isihlahla osibonileyo, sakhula, saqina, obude baso bufinyelela ezulwini nokubonakala kwaso kwaze kwaba sekugcineni komhlaba;


nguwe nkosi okhulile waqina, ngokuba ubukhulu bakho bukhulile, bufinyelele ezulwini, nokubusa kwakho kuze kube sekugcineni komhlaba.


kwakhela kuyo izinyoni, unogolantethe unesidleke kuyo imisayiphuresi.


ngilitshale esicongweni sentaba yakwa-Israyeli; lihlume amagatsha, lithele izithelo, libe ngumsedari omuhle; kuhlale phansi kwamagatsha awo zonke izinyoni ezinhlobonhlobo, zihlale emthunzini wamagatsha awo.


Ufana nohlamvu lwesinaphi aluthatha umuntu, waluhlwanyela ensimini yakhe; lwamila, lwaba yisihlahla; izinyoni zezulu zakhela emagatsheni aso.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite