Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 2:42 - IsiZulu 2020

42 Njengalokho izinzwani zezinyawo zaziyinsimbi; ingxenye nengxenye ibumba, umbuso uyakuba namandla nganxanye, ngakwenye ingxenye ube buthakathaka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Njengalokho izinzwani zezinyawo zaziyinsimbi inxenye, nenxenye ibumba, umbuso uyakuba namandla nganxanye, ngakwenye inxenye ube buthakathaka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Njengalokhu amazwane ezinyawo ayeyingxenye yensimbi nengxenye yobumba, kanjalo umbuso uyakuba namandla nganxanye, uphukeke nganxanye.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 2:42
4 Referans Kwoze  

Ngase ngibona kukhuphuka isilo olwandle, sinezimpondo ezilishumi namakhanda ayisikhombisa, ezimpondweni zaso kukhona imiqhele elishumi, emakhanda aso kunamagama ahlambalazayo.


Izimpondo ezilishumi-ke, zingamakhosi alishumi ayakuvela kulowo mbuso, enye iyakuvela emva kwawo; iyakwehluka kwawokuqala, iyakuwathobisa amakhosi amathathu.


Njengalokho wabona izinyawo nezinzwani; ingxenye iyibumba lombumbi, ingxenye iyinsimbi, uyakuba ngumbuso owehlukeneyo, kepha kuyakuba kuwo amandla ensimbi, njengokuba wabona insimbi ixubene nebumba lodaka.


Njengalokho wabona insimbi ixubene nebumba lodaka, bayakuzixubanisa nozalo lwabantu, kepha abayukunamathelana omunye nomunye, njengokuba insimbi ingahlangani nebumba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite