Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 2:10 - IsiZulu 2020

10 AmaKhaledi aphendula phambi kwenkosi, athi: “Akukho muntu emhlabeni ongaboniswa indaba yenkosi, ngokuba akukho nkosi, nanduna, nambusi owake wabuza indaba enjalo nakwesisodwa isanusi, nothwebulayo, namaKhaledi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 AmaKaledi aphendula phambi kwenkosi, athi: “Akukho muntu emhlabeni ongabonisa indaba yenkosi, ngokuba akukho nkosi, nanduna, nambusi owake wabuza indaba enjalo nakwesisodwa isanusi, nothwebulayo, naKaledi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 AmaKaledi aphendula phambi kwenkosi, athi: “Akukho muntu emhlabeni ongatshela indaba yenkosi;

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 2:10
5 Referans Kwoze  

UDaniyeli waphendula phambi kwenkosi, wathi: “Imfihlakalo eyibuzayo inkosi, abahlakaniphileyo, nabathwebulayo, nezanusi, nabahlola imihlola, bangeyibonise yona inkosi.


Ukhathele ngenxa yobuningi bamacebo akho; mabasukume, bakusindise abadabula izulu, nababheka izinkanyezi, nabazisa ngezinyanga ezintsha, ukuthi kukuphi lapho kuzovela khona lokhu okuzokwehlela.


Yayisiyaleza inkosi ukuba kubizwe izanusi, abathwebulayo, abalumbi, namaKhaledi ukuba bachazele inkosi amaphupho ayo. Bangena, bama phambi kwenkosi.


Ngaso leso sikhathi kwasondela amadoda amaKhaledi, otha abaJuda.


Kwase kufika izanusi, abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola, ngabatshela iphupho, kodwa bahluleka ukungichazela lona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite