Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:5 - IsiZulu 2020

5 “Inkosi yaseningizimu iyakuba namandla, kanjalo esinye sezikhulu zayo, yebo, sibe namandla kunayo, sibuse, nokubusa kwaso kuyakuba ngukubusa okukhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Inkosi yaseningizimu iyakuba namandla, kanjalo esinye sezikhulu zayo, yebo, sibe namandla kunayo, sibuse, nokubusa kwaso kuyakuba ngukubusa okukhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inkosi yaseningizimu iyakuba namandla, nesinye sezikhulu zayo; uyakuba namandla phezu kwakhe, abuse; ukubusa kwakhe kuyoba ukubusa okukhulu.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:5
7 Referans Kwoze  

“Uyakuvusela inkosi yaseningizimu amandla akhe nesibindi sakhe ngempi enkulu, ilwa nempi enkulu enamandla impela, kepha ayiyukuma, ngokuba bayakuceba amacebo ngayo.


“Ngalezo zikhathi abaningi bayakuyisukela inkosi yaseningizimu, nabaphangi babantu bakho bayakuziphakamisa ukuwuqinisa umbono, kepha bayakuwa.


“Inkosi yaseningizimu iyakuvutha ulaka, iphume, ilwe nenkosi yasenyakatho; iyakuveza isixuku esikhulu, isixuku sinikelwe esandleni sayo.


“Ngesikhathi sokugcina inkosi yaseningizimu iyakulwa nayo; inkosi yasenyakatho iyakuza kuye njengesishingishane inezinqola, nabamahhashi, nemikhumbi eminingi, iyakungena ngaphakathi ezweni, ikhukhule, idlule.


Leyo enamahhashi amnyama ilibhekise enyakatho; amhlophe ayawalandela; amahwaqahwaqa aya eningizimu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite