Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:41 - IsiZulu 2020

41 Iyakungena nasezweni elihle, namanye amaningi ayakukhubeka, kepha lana ayakophulwa esandleni sayo: o-Edomi, noMowabi, nemvama yabakwa-Amoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Iyakungena nasezweni elihle, namanye amaningi ayakukhubeka, kepha lana ayakophulwa esandleni sayo: o-Edomi, noMowabi, nemvama yabantwana bakwa-Amoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Futhi iyongena ezweni elikhazimulayo, futhi amazwe amaningi ayochithwa; kodwa bayophunyuka esandleni sakhe, u-Edomi noMowabi nezikhulu zabantwana bakwa-Amoni.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:41
9 Referans Kwoze  

Kepha ngiyakukuguqula ukuthunjwa kukaMowabi ngezinsuku ezizayo,” kusho uSimakade. Kuphela lapha ukwehlulelwa kukaMowabi.


“Kepha emveni kwalokho ngiyakuguqula ukuthunjwa kwabakwa-Amoni,” kusho uSimakade.


Iyakumisa ithende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele, kepha ilibhekise esiphethweni sayo, akakho ongayisiza.”


Kepha omsukelayo uyakwenza njengentando yakhe, akakho oyakuma phambi kwakhe; uyakuma ezweni elihle, abhubhise ngesandla sakhe.


Kolunye lwazo kwamila uphondo oluncane olwakhula kakhulu ngaseningizimu, ngasempumalanga, nangasezweni elihle.


iGibhithe, uJuda, u-Edomi, abantu bakwa-Amoni, uMowabi, nabo bonke abadilingiwe emaceleni amakhanda abo, abakhe ehlane. Ngokuba zonke izizwe azisokile, nendlu yonke yakwa-Israyeli ayisokile enhliziyweni.”


Iyakwelulela isandla emazweni, neGibhithe aliyukubaleka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite