UDaniyeli 11:27 - IsiZulu 202027 Amakhosi-ke omabili, izinhliziyo zawo ziyakuba ngezokwenza okubi; ayakukhuluma amanga esetafuleni linye, kepha akuyukuphumelela, ngokuba ukuphela kusazokuba sesikhathini esimisiweyo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Amakhosi-ke omabili, izinhliziyo zawo ziyakuba ngezokwenza okubi; ayakukhuluma amanga esetafuleni linye, kepha akuyikuphumelela, ngokuba ukuphela kusezakuba sesikhathini esimisiweyo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202427 Futhi izinhliziyo zalawa makhosi omabili ziyoba ukwenza okubi, futhi bayokhuluma amanga etafuleni elilodwa; kodwa ngeke kube nempumelelo, ngoba nokho ukuphela kuyoba ngesikhathi esimisiwe. Gade chapit la |