Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:14 - IsiZulu 2020

14 “Ngalezo zikhathi abaningi bayakuyisukela inkosi yaseningizimu, nabaphangi babantu bakho bayakuziphakamisa ukuwuqinisa umbono, kepha bayakuwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “Ngalezo zikhathi abaningi bayakuyisukela inkosi yaseningizimu, nabaphangi babantu bakho bayakuziphakamisa ukuwuqinisa umbono, kepha bayakuwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngalezo zikhathi abaningi bayovukela inkosi yaseNingizimu; futhi abaphangi babantu bakho bayoziphakamisa ukuze baqinisekise umbono; kodwa bayakuwa.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:14
4 Referans Kwoze  

Ngokuba uNkulunkulu ufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zifeze okuyisinqumo sakhe, zikwenze zimqondo munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.


Inkosi yasenyakatho iyakubuya, iveze isixuku esikhulu kunesokuqala, ifike nokufika ngasekupheleni kwezikhathi eziyiminyaka nempi enkulu nempahla eningi.


Iyakufika inkosi yasenyakatho, inqwabele iduli, ithathe umuzi obiyelweyo; amabutho aseningizimu awayukuma, nabantu bayo abakhethiweyo abayikuba namandla okuma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite