Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:20 - IsiZulu 2020

20 Wayesethi kimi: “Uyazi ukuthi ngifikeleni kuwe na? Kepha manje ngiyakubuya ukuba ngilwe nesikhulu sasePheresiya; lapho sengisukile kuso, kuyofika isikhulu saseJavani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayesethi kimi: “Uyazi ukuthi ngifikeleni kuwe na? Kepha manje ngiyakubuya ukuba ngilwe nesikhulu sasePheresiya; lapho ngiphumile kuso, siyakufika isikhulu saseJavani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wathi: “Uyazi yini ukuthi ngizeleni kuwe na?” manje ngiyakubuya ngilwe nesikhulu sasePheresiya; futhi lapho ngiphuma, bheka, iSikhulu saseGrisi siyeza.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:20
8 Referans Kwoze  

Impongo iyinkosi yaseJavini; uphondo olukhulu olusemkhathini wamehlo ayo luyinkosi yokuqala.


Kepha isikhulu sasembusweni wasePheresiya samelana nami izinsuku ezingama-21, kepha bheka, uMikhayeli, omunye wezikhulu zokuqala, weza wazongisiza, noma kade ngishiywe ngedwa khona namakhosi asePheresiya.


Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba engamnikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa.


“Emveni kwalokho ngabona; bheka, esinye sasinjengengwe, sinamaphiko enyoni amane emhlane. Lesi silo sasinamakhanda amane, sanikwa ukubusa.


Ingelosi kaSimakade yaphuma yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000. Kuvukwa ngakusasa, babona ukuthi bonke babefile kuyizigingqane zezidumbu.


Abantu bendawo bazama ukubadikibalisa abantu bakwaJuda ababebuye ekuthunjweni, ukuze bayeke ukwakha indu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite