Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:6 - IsiZulu 2020

6 Umuhle ngokubabazekayo wena sithandwa, futhi uyangenamisa!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Umuhle, umnandi kangakanani wena othandwa ngenjabulo!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yeka ukuthi umuhle futhi uthandeka kangakanani, sithandwa, ngenxa yentokozo!

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:6
10 Referans Kwoze  

Lumnandi kangakanani uthando lwakho, dadewethu, makoti wami! Lumnandi kakhulu kangakanani uthando lwakho, ukwedlula iwayini, nephunga lamakha akho, kunawo wonke amakha!


khona inkosi izokhangwa ngubuhle bakho, ngokuba yona iyinkosi yakho, uboyikhothamela.


Mina ngingowothandiweyo wami, naye uyangilangazelela.


Umuhle ngokuphelele sithandwa sami, akukho sici kuwe.


Juba lami elisemifantwini yedwala elisekusithekeni endaweni eyehlelayo, mangikubone siqu sakho. Mangizwe izwi lakho, ngokuba izwi lakho limnandi, nesiqu sakho siyabukeka.


USimakade uNkulunkulu wakho unawe, iqhawe eliyakukunqobisa. Uyakukujabulela kakhulu wena, athule othandweni lwakhe, akuthokozele ngokuhlokoma kwentokozo.”


Isiqu sakho sifana nesihlahla sesundu, namabele akho afana namahlukuzo alo.


Ngalokho-ke thumela, uqoqele kimi wonke u-Israyeli entabeni iKharmeli, nabaphrofethi bakaBhali abangama-450, nabaphrofethi baka-Ashera abangama-400, abadla etafuleni likaJezebheli.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite