Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:1 - IsiZulu 2020

1 Zaze zazinhle izinyawo zakho ezimbadadeni, wena ndodakazi yesikhulu! Amathanga akho ayizindilinga anjengemihlobiso, umsebenzi wezandla zengcweti.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Zinhle kangakanani izinyawo zakho ezicathulweni zazo, wena ndodakazi yesikhulu! Amathanga akho ayizindilinga anjengemihlobiso, umsebenzi wezandla zengcweti.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Zinhle kangakanani izinyawo zakho ngezicathulo, ndodakazi yesikhulu! amalunga ezinqe zakho anjengamatshe anenani, umsebenzi wezandla zobuqili.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:1
13 Referans Kwoze  

Indodakazi yenkosi yinhle kakhulu ilapho phakathi; ingubo yayo ifekethiswe ngegolide.


engabambeleli kulowo oyinhloko, okungaye umzimba wonke uyondliwa, futhi uhlanganiswa ndawonye ngamalungu nemisipha, ukhula ngokukhula kukaNkulunkulu.


Okubalulekile, hambani ngokufanele ivangeli likaKhristu, ukuze kuthi noma ngiza ukuzonibona noma ngizwa ngani ngingekho, ngizwe ukuthi nimi niqinile emoyeni munye, nangomphefumulo munye; nilwela inkolo yevangeli.


izinyawo zigqokisiwe ukulungela ukushumayela ivangeli lokuthula;


ngibe nguYihlo, nina nibe ngamadodana, namadodakazi ami,” kusho iNkosi uSomandla.


“Kepha uyise wathi ezincekwini zakhe: ‘Sheshani nilethe ingubo yakwanokusho, niyembathise, niyifake indandatho esandleni sayo nezicathulo ezinyaweni,


Lesi sithombe-ke, ikhanda laso liyigolide elihle, isifuba saso nezingalo zaso kuyisiliva, isisu saso namathanga aso kuyithusi,


Ubagcwalise ngokuhlakanipha ukuba benze yonke imisebenzi eyenziwa ngumqophi, ingcweti, nomfekethisi, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwezane, ngokubomvu, nangelineni elicolekileyo, nemisebenzi yomaluki, eyalabo abenza noma yimuphi umsebenzi, nabenza imisebenzi yobungcweti.


“Uyokwenza isivikelo sesifuba sokwehlulela, ngobungcweti, uyakusenza ngendlela okwenziwe ngayo ingubo yamahlombe, sibe yigolide, okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, nokwelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo.


“Uyobenzela namabhulukwe elineni ukuze kufihlwe ubunqunu babo, asuke okhalo aze afinyelele emathangeni.


Inkaba yakho iyisitsha esiyindilinga esingalintuli iwayini elixutshiweyo, isisu sakho simbulungene okwendundumana kakolo, ebiyelwe ngeminduze.


UJakobe wathumela izithunywa ukuba zimendulele ziye kumnewabo u-Esawu, owayeseSeyiri, kwa-Edomi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite