Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 3:3 - IsiZulu 2020

3 Abalindi abazungeza emzini, bazithela phezu kwami: “Animbonanga yini othandwa ngumphefumulo wami na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abalindi bangifumana behambahamba emzini: “Nimbonile othandwa ngumphefumulo wami na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abalindi bangifumana bezulazula emzini; ngathi kubo: “Umbonile othandwa ngumphefumulo wami na?”

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 3:3
10 Referans Kwoze  

Ngatholwa ngabaqaphi ababehla benyuka emzini, bangishaya, bangilimaza, abaqaphi bezingange bangihlubula ingubo yami.


Lalelani abaniholayo, nibathobele, ngokuba balinda imiphefumulo yenu, futhi bayakuphendula ngayo, ukuze bakwenze lokhu ngokujabula bengakhonondi, ngokuba lokhu akunakunisiza.


UJesu wathi kuye: “Mame, ukhalelani na? Ufuna bani na?” Kepha ecabanga ukuthi lo ngumphathi wensimu, wathi: “Nkosi, uma umsusile lapha, ngitshele ukuthi umbeke kuphi, ukuze ngihambe ngiyomthatha mina.”


“Ndodana yomuntu, ngikuqoke ukuba ngumlindi kuyo indlu yakwa-Israyeli, ngakho-ke uyakuzwa izwi eliphuma emlonyeni wami, ungixwayisele bona.


Ezingangeni zakho Jerusalema, ngimisile abalindi. Abayukuthula nakanye imini nobusuku. Nina enibakhumbuza ngoSimakade, maningaphumuli,


Abalindi bakho bonke ngothi lwabo, bayizimpumputhe, abanakwazi; bonke bayizinja eziyizimungulu, abakwazi ukukhonkotha, balala baphuphe; bathanda ukozela.


Ngitshele wena othandwa ngumphefumulo wami, umhlambi wakho uweluselaphi, uwuphumuzelaphi emini na? Kungani kumele ngihambe ngicinga emihlanjini yabangani bakho, njengowesifazane ogubuzele ngemvakazi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite