Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 3:2 - IsiZulu 2020

2 Manje ngizovuka ngizungeze emzini, emigwaqweni nasemashashalazini, ngizomfuna othandwa ngumphefumulo wami. Ngamfuna, kodwa angimtholanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngiyakuvuka, ngihambahambe emzini, ezitaladini nasezigcawini; ngiyakufuna othandwa ngumphefumulo wami; ngamfuna, kepha angimtholanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngiyakusukuma, ngihambahambe emzini ezitaladini nasezitaladini ngiyakumfuna othandwa ngumphefumulo wami; Ngamfuna kodwa angimtholanga.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 3:2
18 Referans Kwoze  

ngokuba konke okubonakalayo kungukukhanya. Ngalokho kuthiwa: “Phaphama wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKhristu uzakukukhanyisa.”


Phaphamani, niziphathe kahle, yekani ukona, ngokuba abanye kabamazi uNkulunkulu; lokhu ngikusho ukuze nibe namahloni.


Yenzani lokhu, ngokuba nazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuba nivuke ebuthongweni. Ngokuba manje insindiso isisondele kithi kunangaleso sikhathi esaqala ngaso ukukholwa.


Kwafika umuntu owayethunywe nguNkulunkulu, igama lakhe nguJohane.


“Yehlani nenyuka emigwaqweni eJerusalema, nibheke nxazonke, niqaphele, nicinge ezigcawini zalo, uma niyofumana umuntu abe munye vo owenza ubulungiswa, ofuna iqiniso; khona ngiyolithethelela.


Akukho namunye obiza iGama lakho, nozama ukubambelela kuwe, ngokuba ubusithibezile ubuso bakho kithi, wasiqeda ngenxa yobubi bethu.


Ngavuka ngamvulela othandiweyo wami, izandla zami zaconsa imure, nemure eyayiseminweni yami, yagelezela phezu kwezibambo zesihluthulelo.


Ubusisiwe umuntu ongilalelayo, alinde imihla ngemihla emasangweni ami, ahlale ngasezinsikeni zeminyango yami.


Abalindi abazungeza emzini, bazithela phezu kwami: “Animbonanga yini othandwa ngumphefumulo wami na?”


Ngitshele wena othandwa ngumphefumulo wami, umhlambi wakho uweluselaphi, uwuphumuzelaphi emini na? Kungani kumele ngihambe ngicinga emihlanjini yabangani bakho, njengowesifazane ogubuzele ngemvakazi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite