Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:5 - IsiZulu 2020

5 Ngondle ngamakhekhe anamagilebhisi omisiwe, ungivuselele ngamahhabhula, ngokuba ngiyafa wuthando.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngiphaseni ngezigaxa zezithelo zomvini ezomileyo, ngihlumelele ngama-apula,* ngokuba ngiyafa uthando.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngibambe ngamaphiko, ungiduduze ngama-apula, ngokuba ngiyagula ngothando.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:5
14 Referans Kwoze  

Madodakazi aseJerusalema fungani! Uma nimthola othandiweyo wami, niyomtshela yini ukuthi ngiyazifela ngaye na?


USimakade wathi kimi: “Hamba futhi, umthande owesifazane osethandwa ngomunye, nakuba ephingile. Mthande njengalokhu uSimakade ethanda abantu bakwa-Israyeli, noma sebephendukele kwabanye onkulunkulu, bathanda amakhekhe anamagilebhisi omisiwe.”


Wababela bonke abantu, sonke isixuku sabakwa-Israyeli, abesilisa nabesifazane, kwaba yilowo nalowo isinkwa, ikhekhe lengqayisundu, nekhekhe elinamagilebhisi omisiwe. Wayesehamba, abantu bonke babuyela, yilowo nalowo, ekhaya lakhe.


Manje ngimanqikanqika; nginesifiso sokumuka ngibe noKhristu, ngokuba yilokho okuhle kakhulu;


Bathi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, ngesikhathi ekhuluma nathi endleleni, esichazela imibhalo na?”


Ngithi: “Ngizokhwela esihlahleni sesundu, ngibambelele emagatsheni aso.” Ngiyakucela, sengathi isifuba sakho singafana namahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho lifane namahhabhula,


Umphefumulo wami ubambelele kuwe, esokunene sakho singisekele.


Wabela bonke abantu bakwa-Israyeli, abesilisa nabesifazane, yilowo nalowo isinkwa, isigaxa sengqansundu, nekhekhe elinamagilebhisi omisiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite