Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:2 - IsiZulu 2020

2 Njengomnduze phakathi kwameva, sinjalo isithandwa sami phakathi kwezintokazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Njengomnduze phakathi kwameva, sinjalo isithandwa sami phakathi kwezintombi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Njengomnduze phakathi kwameva, sinjalo isithandwa sami phakathi kwamadodakazi.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:2
7 Referans Kwoze  

Ziphatheni kahle phakathi kwabezizwe, ukuze kuthi lapho beninyembenya ngokuthi ningabenzi bokubi, kodwa kuthi lapho bebona imisebenzi yenu emihle, bamdumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa.


“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Esikhundleni sogagane, kuyomila umsayiphuresi; nasesikhundleni samakhakhasi, kumile umbomvana. Kuyokuba yisikhumbuzo kuSimakade, nesibonakaliso saphakade esingeyukuphela, esingasayukunqunywa.”


Ngiyimbali yaseSharoni, nomnduze wezimfunda.


Njengesihlahla samahhabhula phakathi kwezihlahla ehlathini, unjalo othandiweyo wami phakathi kwezinsizwa. Emthunzini wakhe, ngahlala phansi ngokwenama, isithelo sakhe sasimnandi emlonyeni wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite