Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:12 - IsiZulu 2020

12 umhlaba usuhlobe ngezimbali, isikhathi sokuthena imivini sesifikile, sekuzwakala nomsindo wokulilizela kwamajuba ezweni lakithi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 izimbali ziyabonakala emhlabeni, nesikhathi sokuthena imivini sesisondele, nezwi lehobhe liyezwakala ezweni lakithi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Izimbali ziyavela emhlabeni; isikhathi sokuhlabelela kwezinyoni sesifikile, nezwi likahobhe lizwakele ezweni lakithi;

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:12
17 Referans Kwoze  

Niyophuma ngentokozo, niholwe ngokuthula; izintaba namagquma kuyoqhumuka kuhlabelele phambi kwenu, nemithi yonke yasendle iyoshaya ihlombe.


Izwi likaKhristu malihlale kini njalo, nifundisane ngokuhlakanipha konke, niyalane ngamahubo, ngezihlabelelo nangamaculo okomoya; nimhubele uNkulunkulu ezinhliziyweni zenu ngokubonga.


Unogolantethe emkhathini uyazazi izikhathi zakhe ezimisiweyo; ihobhe, ihhashi, inkonjane, nonohhemu, kuyazigcina izikhathi zokufika kwakho; kodwa abantu bami kabazazi izimiso zikaSimakade.


Sibusisiwe isizwe esikwazi ukuhlabelela ngenjabulo, sihamba ekukhanyeni kobukhona bakho, Simakade.


Ngehlele esivandeni samantongomane ukuyobona izithelo eziluhlaza esihosheni, nokubona ukuthi ngabe umvini usuqhakazile namahananadi asekhahlele.


Othandiweyo wami wehlele esivandeni sakhe, emibhedeni yamakha, welusele ezivandeni, ukuze akhe iminduze.


Wathi kuye: “Ngilethele isithole esineminyaka emithathu, imbuzikazi eneminyaka emithathu, inqama eneminyaka emithathu, ihobhe nephuphu lejuba.”


Ungawunikeli umphefumulo wejuba lakho esilwaneni; ungakhohlwa ukuphila kwezihlupheki zakho.


Ngokuba ubusika sebudlulile, nemvula ayisekho, alisani;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite