Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:11 - IsiZulu 2020

11 Ngokuba ubusika sebudlulile, nemvula ayisekho, alisani;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ngokuba bheka, ubusika budlulile; imvula isiphelile, yamuka;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba bheka, ubusika buphelile, imvula iphelile njalo;

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:11
11 Referans Kwoze  

Konke ukwenze kwafanela isikhathi sakho, ngaphezu kwalokho wabeka ukulangazelela iphakade ezinhliziyweni zabantu, kodwa abakwazi ukuyazi imisebenzi kaNkulunkulu kusukela ekuqaleni kwayo kuze kube sekugcineni kwayo.


Ngokuba kade ningubumnyama, kodwa manje seningukukhanya eNkosini; hambani njengabantwana bokukhanya,


Babusisiwe abakhalayo, ngokuba bayakududuzwa.


Liqungeni isibindi iJerusalema, nimemezele kulo ukuthi ukulwa kwalo sekuphelile, nobubi balo buhlanguliwe, ngokuba lamukele kuSimakade isijeziso ngokuphindiwe ngenxa yazo zonke izono zalo.


isikhathi sokukhala, nesikhathi sokuhleka; isikhathi sokulila, nesikhathi sokusina;


Othandiweyo wami waphendula wathi kimi: “Vuka sithandwa sami, simomondiya sami, woza sihambe.


umhlaba usuhlobe ngezimbali, isikhathi sokuthena imivini sesifikile, sekuzwakala nomsindo wokulilizela kwamajuba ezweni lakithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite