Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:17 - IsiZulu 2020

17 Omunye wesixuku wamphendula, wathi: “Mfundisi, ngilethe kuwe indodana yami enomoya wobumungulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Omunye wesixuku wamphendula wathi: “Mfundisi, ngilethe kuwe indodana yami enomoya oyisimungulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Omunye wesixuku waphendula wathi: “Mfundisi, ngilethe kuwe indodana yami enomoya oyisimungulu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Omunye wesixuku waphendula wathi: “Mfundisi, ngilethe kuwe indodana yami enomoya oyisimungulu;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:17
12 Referans Kwoze  

UJesu wakhipha idimoni elaliyisimungulu; kuthe seliphumile, wakhuluma obeyisimungulu, isixuku samangala.


UJesu ebona ukuthi isixuku sigijima siya ndawonye, wawukhuza umoya ongcolileyo, wathi kuwo: “Wena moya oyisimungulu nesithulu, ngiyakuyala, ngithi kuwe: phuma kuye, ungaphindi futhi ungene kuye.”


Kwathi ukuba izwe ukuthi uJesu ufikile eGalile evela eJudiya, yaya kuye, yamncenga ukuba ehlele eKhaphernawume aphilise indodana yayo, ngokuba yayisizokufa.


Indoda eyayisesixukwini yamemeza yathi: “Mfundisi, ngiyakunxusa ukuba uzongibonela indodana yami, okungukuphela kwayo.


Base beletha kuye abantwana abancane ukuba abaphathe, kodwa abafundi babakhuza.


Kepha lo wesifazane wayengumGriki owayezalelwe eSirofenike, wamnxusa uJesu ukuba akhiphe idimoni endodakazini yakhe.


wamncenga kakhulu, ethi: “Indodakazi yami isiyalayela, ake uze, ubeke izandla phezu kwayo ukuba isinde, iphile.”


wathi: “Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inesithuthwane, iyahlukumezeka kakhulu; kukaningi iwela emlilweni nasemanzini.


Kwase kulethwa kuye onamadimoni, eyimpumputhe futhi eyisimungulu; wamphulukisa, waze wabona, wakhuluma lo obeyisimungulu.


Ngesikhathi ziphuma, kwalethwa kuye umuntu oyisimungulu enamadimoni.


Wayesebabuza ethi: “Yini eniphikisana ngayo nabo na?”


Njalo lapho uyibamba, uyiqumba phansi, ikhihlize amagwebu, igedle amazinyo, futhi yome ibe luqhotho. Ngikhulumile nabafundi bakho ukuba bawukhiphe, kodwa behluleka.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite