Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:15 - IsiZulu 2020

15 Isixuku sathi singambona uJesu samangala, sagijima saqonda kuye, sambingelela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Isixuku sonke sambona qede sashaywa luvalo, sagijimela kuye, sambingelela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kwathi masinyane isixuku sonke simbona samangala kakhulu, sagijimela kuye, sambingelela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi masinyane isixuku sonke simbona samangala kakhulu, sagijimela kuye, sambingelela.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:15
7 Referans Kwoze  

Lapho u-Aroni nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bembona uMose, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula, ngakho-ke besaba ukusondela kuye.


Wayesebabuza ethi: “Yini eniphikisana ngayo nabo na?”


UJesu ebona ukuthi isixuku sigijima siya ndawonye, wawukhuza umoya ongcolileyo, wathi kuwo: “Wena moya oyisimungulu nesithulu, ngiyakuyala, ngithi kuwe: phuma kuye, ungaphindi futhi ungene kuye.”


Wayesethatha uPhethro, uJakobe, noJohane; waqala ukubhocobala nokuba nosizi.


Kuthe sebengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene, yembethe ingubo emhlophe; bethuka.


Kepha yathi kubo: “Ningethuki; nifuna uJesu waseNazaretha obebethelwe esiphambanweni. Uvukile; kakho lapha; bonani nansi indawo lapho bebembeke khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite