Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 9:14 - IsiZulu 2020

14 Kwathi lapho sebefikile kubafundi, babona isixuku esikhulu sibangungile nezazimthetho ziqagulisana nabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kwathi sebeza kubafundi, babona isixuku esikhulu sibahaqile nababhali bebuzana nabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Esefikile kubafundi bakhe, wabona isixuku esikhulu sibahaqile, nababhali bephikisana nabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Esefikile kubafundi bakhe, wabona isixuku esikhulu sibahaqile, nababhali bephikisana nabo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 9:14
9 Referans Kwoze  

Bafika kuye, bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, futhi awuzikhathazi ngokuthi abantu bathini. Ngokuba awukhethi buso bamuntu, kodwa ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso. Ngabe kuvunyelwe yini ukuthela intela kuKhesari noma qha na? Sithele yini noma singatheli?”


bathi kuye: “Lezi zinto uzenza ngagunya lini na? Ngubani okunike leli gunya ukuze wenze lokhu?”


Kwakukhona lapho izazimthetho ezithile, zadlinza ezinhliyweni zazo, zathi:


Yebo, mqondeni yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali nidangale emiphefumulweni yenu.


Kepha ngithi kini: u-Eliya sewafika, benza kuye abakuthandayo njengalokhu kulotshiwe ngaye.”


Wayesengena esinagogeni, wakhuluma ngesibindi izinyanga ezintathu, ephikisana nabo futhi ebanxenxa ngombuso kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite