Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:23 - IsiZulu 2020

23 Zonke lezi zinto ezimbi zivela ngaphakathi, futhi ziyamngcolisa umuntu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Zonke lezo zinto ezimbi zivela ngaphakathi, zimngcolise umuntu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Zonke lezi zinto ezimbi ziphuma ngaphakathi, zimngcolise umuntu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Zonke lezi zinto ezimbi ziphuma ngaphakathi, zimngcolise umuntu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:23
8 Referans Kwoze  

Akukho lutho olungaphandle komuntu olungangena kuye lumngcolise, kuphela lokho okuphuma kuye, yikho okumngcolisayo.


Kwabahlanzekileyo konke kuhlanzekile, kepha kwabangcolileyo nabangakholwayo akukho lutho oluhlanzekileyo, kodwa kungcole ingqondo nonembeza wabo.


Uma umuntu ebhidliza ithempeli likaNkulunkulu, uNkulunkulu uyakumbhubhisa, ngokuba ithempeli likaNkulunkulu lingcwele; niyilo-ke nina.


Ngokunjalo, nalaba abaphuphayo banukubeza imizimba yabo, futhi baphika ubukhosi, bahlambalaze nezidalwa ezingcwele.


Wayesethi kubo: “Kanti nani aninakuqonda na? Aniqondi yini ukuthi konke okungaphandle uma kungena kumuntu akunakumngcolisa na?


Wayesethi: “Kepha okuphuma kumuntu, yikho okumngcolisayo.


ukuphinga, umona, nabo bonke ububi, inkohliso, ukonakala okukhulu, iso elibi, ukuhlambalaza, ukuzidla, nobuwula.


UJesu wasuka lapho, waya ezifundeni eThire. Wangena endlini, nokho wayengathandi ukuba kube khona owaziyo ngalokho, kodwa akwenzakalanga ukuba akwazi ukuzifihla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite