Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:32 - IsiZulu 2020

32 Base behamba ngomkhumbi, baya ngasese, endaweni eyihlane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Base bemuka ngomkhumbi, baya endaweni eyihlane bebodwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Basuka ngomkhumbi baya endaweni eyihlane bebodwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Basuka ngomkhumbi baya endaweni eyihlane bebodwa.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:32
10 Referans Kwoze  

UJesu wayesephoqa ngokushesha abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni, bamandulele ukuya phesheya eBhethsayida, aze yena ahlakaze isixuku.


Base besishiya isixuku, bahamba naye njengoba ayesesikebheni, kwakunezinye izikebhe ezabe zihambisana kanye naye.


UJesu wayesebatshela abafundi bakhe ukuba bamlungisele isikebhe ngenxa yesixuku, ukuze singamminyanisi.


Abaningi bababona behamba, baqonda ukuthi baya kuphi, base begijima ngezinyawo, besuka kuyo yonke imizana, bafika lapho kuqala kunabo.


Wayesekhwela esikebheni ababekuso, umoya wanqamuka; bamangala kakhulu impela phakathi kwabo.


Emva kwalokho uJesu wawelela ngaphesheya kolwandle iGalile, oluseThibheriya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite